Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 9:9 - IsiZulu 2020

9 Sasinezivikelo zezifuba ezinjengezivikelo ezenziwe ngensimbi, umsindo wamaphiko aso wawufana nomdumo wezinqola zamahhashi amaningi egijima eqonde empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 sinezivikelo zezifuba njengezivikelo zensimbi, nomdumo wamaphiko aso wawunjengomdumo wezinqola zamahhashi amaningi egijimela ekulweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Zazinezivikelo zesifuba ezinjengezivikelo zensimbi; umsindo wamaphiko azo wawunjengomsindo wezinqola zamahhashi amaningi agijimela empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Zazinezivikelo zesifuba ezinjengezivikelo zensimbi; umsindo wamaphiko azo wawunjengomsindo wezinqola zamahhashi amaningi agijimela empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 9:9
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma kukhala icilongo, lithi: ‘Nakho-ke;’ impi liyihogela isekude, nomsindo wabakhuzi bayo neziqubulo zempi.


Amathambo akhe ayimibhobho yethusi, izimbambo zakhe zinjengemigoqo yensimbi.


Wonke amabhuzu amabutho abefakwe empini, nezingubo ezazicwiliswe egazini, kuyoshiswa, kudliwe ngumlilo.


Ngomsindo wokugabadula kwezinselo zamahhashi akhe anamandla, ngobukhehlekhehle bezinqola zakhe, nangomsindo wamasondo akhe; oyise ababheki emuva kubantwana, ngenxa yobuntekenteke bezandla zabo,


Khona manjalo ngabona embonweni amahhashi nabawagibele befake izivikelo zezifuba, zibomvu njengomlilo nezehiyakinte nezesibabule. Amakhanda amahhashi ayenjengamakhanda amabhubesi, ekhafula umlilo emilonyeni yawo, umusi nesibabule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ