Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 20:5 - IsiZulu 2020

5 Abafileyo ababesele abavukanga, kwaze kwaphela iminyaka eyinkulungwane. Lokhu kungukuvuka kokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Abafileyo ababesele kabaphila yaze yaphela iminyaka eyinkulungwane. Lokhu kungukuvuka kokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kepha abanye abafileyo ababuyanga baphile, yaze yaphela iminyaka eyinkulungwane. Lokhu kungukuvuka kokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha abanye abafileyo ababuyanga baphile, yaze yaphela iminyaka eyinkulungwane. Lokhu kungukuvuka kokuqala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 20:5
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uyakubusiswa, ngokuba abananto yokukubuyisela, kepha uyakuthola umvuzo ekuvukeni kwabalungileyo.”


Ngokuba uma ukulahlwa kwabo kulethe ukubuyisana emhlabeni, pho ukwamukelwa kwabo kuyakulethani uma kungesikho ukuphila kwabafileyo na?


mhlawumbe ngingaze ngifinyelele ekuvukeni kwabafileyo.


ngokuba iNkosi uqobo iyakukwehla ezulwini ngezwi lenhlokomo, ngephimbo lengelosi enkulu, nangecilongo likaNkulunkulu; abafileyo kuKhristu bayakuvuka kuqala.


Kwathi sekwedlule lezo zinsuku ezintathu nengxenye, umoya wokuphila ovela kuNkulunkulu wangena kubo, bema ngezinyawo zabo, behlelwa ukwesaba okukhulu labo abababonayo.


Ingelosi yesikhombisa yabetha icilongo; kwase kuzwakala amazwi ahlokomayo ezulwini ethi: “Umbuso wezwe usungoweNkosi yethu nokaKhristu wayo; iyakubusa kuze kube phakade naphakade.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ