IsAmbulo 13:15 - IsiZulu 202015 Sanikwa futhi ukuba siwuphe umfanekiso wesilo umoya, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze futhi ukuba bonke abangakhuleki emfanekisweni wesilo babulawe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Sanikwa futhi ukuba siwuphe umfanekiso wesilo umoya, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze futhi ukuba bonke abangakhuleki kumfanekiso wesilo babulawe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible15 Sanikwa amandla okwenza umfanekiso wesilo uphile, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze ukuba babulawe abangawukhulekeli umfanekiso wesilo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Sanikwa amandla okwenza umfanekiso wesilo uphile, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze ukuba babulawe abangawukhulekeli umfanekiso wesilo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlala kuzo, banikwa amandla okwahlulela. Ngabona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi ngoJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nasemfanekisweni waso, nabangalwemukelanga uphawu lwaso emabunzini abo nasezandleni zabo. Baphila babusa noKhristu iminyaka eyinkulungwane.