Hoseya 12:7 - IsiZulu 20207 IKhanani liphethe izikali zenkohliso esandleni salo, liyakuthanda ukuqola. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 IKhanani linesilinganiso esikhohlisayo esandleni salo, lithanda ukukhahlameza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Ungumthengisi, izilinganiso zenkohliso zisesandleni sakhe; uthanda ukucindezela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”