Esteri 9:21 - IsiZulu 202021 Wabayala ukuba usuku lwe-14 nolwe-15, lwenyanga u-Adari, bazigcine zibe yizinsuku zokugubha umkhosi minyaka yonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 ukumisa ukuba bagcine usuku lweshumi nane lwenyanga ka-Adari nosuku lweshumi nanhlanu lwayo iminyaka yonke အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202421 ukukumisa phakathi kwabo, ukuthi bagcine usuku lweshumi nane lwenyanga ka-Adari nolweshumi nanhlanu lwayo minyaka yonke; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngenyanga yokuqala, inyanga uNisani, ngonyaka we-12 wokubusa kuka-Ahasheveroshi, benza iPhure (unkatho) phambi kukaHamani, imihla ngemihla, nyanga zonke, ukuze abone ukuthi isu lakhe liyolunga, liphumelele ngayiphi inyanga nangaluphi usuku. Waqoka ukuba lokho kwenziwe ngenyanga ye-12, inyanga u-Adari.