Esteri 8:17 - IsiZulu 202017 Kulowo nalowo muzi, nakuleso sifundazwe, lapho izwi lenkosi nomthetho wayo kwase kufinyelele khona, kwaba nenjabulo nentokozo, abaJuda benedili, nosuku oluhle, bejabulile. Abantu abaningi bendawo baphenduka baba ngabaJuda, ngoba base bebesaba abaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Ezifundeni zonke nasemizini yonke lapho kufika khona izwi lenkosi nomthetho wayo, abaJuda babe nokuthokoza nokujabula, nedili, nosuku oluhle. Abezizwe abaningi baphenduka abaJuda, ngokuba babehlelwe yingebhe ngabaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 Ezifundeni zonke nasemizini yonke, lapho kwafika khona izwi lenkosi nomyalo wayo, abaJuda baba nokujabula nokujabula, nomkhosi nosuku oluhle. Abaningi kubantu bezwe baba amaJuda; ngoba ukwesaba abaJuda kwabehlela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |