Esteri 3:11 - IsiZulu 202011 Yathi kuHamani: “Isiliva ngelakho nabantu, yenza ngakho njengoba ubona kufanele.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Inkosi yathi kuHamani: “Isiliva liyanikwa wena, nesizwe futhi, ukuba wenze kuso okuhle emehlweni akho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 Inkosi yathi kuHamani: “Isiliva linikiwe wena nabantu ukuba wenze kubo okuhle emehlweni akho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kuthe ngosuku lwe-13 ngenyanga yokuqala, kwabizwa bonke onobhala benkosi. UHamani wabayala ukuba babhale konke ayebatshela khona, bakuhumushele kuzo zonke izilimi, ezincwadini eziya kuzo zonke izifundazwe, bese bekuthumelela iziphathimandla zenkosi, nababusi, nabaholi babantu, nakuzo zonke izifundazwe; kwabhalwa egameni lenkosi u-Ahasheveroshi, kwasicilelwa ngendandatho yayo.