Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Esteri 2:8 - IsiZulu 2020

8 Kwathi sesiphumile isimemezelo senkosi, kwalethwa izintombi eziningi ekomkhulu eShushani, ukuba zibhekwe nguHegayi; no-Esteri walethwa esigodlweni ukuba azobhekwa nguHegayi owayengamele indlu yabesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwathi lapho izwi lenkosi nesimemezelo sayo sekuzwakele, nalapho izintombi eziningi zibuthene eShushani endlini yenkosi phansi kwesandla sikaHegayi, u-Esteri wangeniswa endlini yenkosi phansi kwesandla sikaHegayi, umgcini wabesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lapho kuzwakala umyalo nomyalo wayo wenkosi, nalapho izintombi eziningi zibuthene esigodlweni uSusan ngaphansi kwesandla sikaHegayi, u-Esteri naye walethwa endlini yenkosi ngaphansi kwesandla sikaHegayi umgcini wabesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Esteri 2:8
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Laze lafika nethuba lika-Esteri indodakazi ka-Abhihayili, umfowabo kaMoridekhayi. UMoridekhayi wayemkhulise kwangathi yindodakazi yakhe. U-Esteri akazange acele lutho ngaphandle kwalokho uHegayi, umthenwa owayephethe, ayethe akakusebenzise. Bonke ababembona babethatheka ngubuhle bakhe.


Inkosi iqoke izikhulu kuzo zonke izifundazwe embusweni wayo, ukuba ziqoqe zonke izintombi ezibukekayo, zilethwe esigodlweni kuHegayi, umthenwa, okunguyena owengamele indlu yabesifazane, azinike izimonyo zazo.


Ngabona embonweni, lapho ngibheka ngangiseShushani esigodlweni senkosi esifundeni sase-Elamu; embonweni ngabona ngangingasemselenikazi i-Ulayi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ