Esteri 2:6 - IsiZulu 20206 owayethunjwe eJerusalema nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ngesikhathi ithumba uJekhoniya, inkosi yakwaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 owayethunjiwe eJerusalema kanye nabathunjwa ababethunjwe noJekoniya, inkosi yakwaJuda, owathunjwa nguNebukadinesari, inkosi yaseBabele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 abathunjwa eJerusalema kanye nokuthunjwa kanye noJekoniya, inkosi yakwaJuda, owathunjwa nguNebukadinesari, inkosi yaseBabele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.