Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 98:8 - IsiZulu 2020

8 Imifula mayishaye ihlombe, izintaba zihube ndawonye ngentokozo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Imifula mayishaye ihlombe, izintaba zihalalise kanyekanye

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Imifula mayishaye ihlombe, amagquma ajabule kanyekanye

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 98:8
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoyada wayeseyikhipha indodana yenkosi, wayethwesa umqhele, wayinika ubufakazi, base beyibeka ukuba ibe yinkosi, bayigcoba, bashaya ihlombe behalalisa, bethi: “Mana njalo, nkosi!”


Zizwe zonke, shayani izandla, hlokomani ngezwi lokuhalalisa kuNkulunkulu.


Nguwe owadala inyakatho neningizimu, iThabhori neHermoni kuyathokoza egameni lakho.


Ingalo yakho inobuqhawe, isandla sakho sinamandla, esokunene sakho siphakeme.


Simakade, imifula iholoba ngamandla, imifula iholoba kakhulu, imifula iduma ngamandla amakhulu.


Niyophuma ngentokozo, niholwe ngokuthula; izintaba namagquma kuyoqhumuka kuhlabelele phambi kwenu, nemithi yonke yasendle iyoshaya ihlombe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ