Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 94:5 - IsiZulu 2020

5 Simakade, baphohloza isizwe sakho, nefa lakho balinyathela phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Isizwe sakho, Jehova, bayasiphohloza, nefa lakho balinyathela phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bachoboza abantu bakho, Jehova, bacindezela ifa lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 94:5
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abaqondi lutho bonke abenza okubi, abadla abantu bami sengathi badla isinkwa, bengakhuleki kuSimakade.


Ngenxa yakho, sibulawa usuku lonke, sifana nezimvu zokuhlatshwa.


funa bangidwengule njengengonyama, bangidweshule kungekho ongikhululayo.


Zathi enhliziyweni yazo: “Masibabhubhise kanyekanye;” zazishisa zonke izindlu zikaNkulunkulu zokuhlanganela.


Ngokuba sebemdlile uJakobe, umuzi wakhe sebewubhubhisile.


Nibachobozeleni abantu bami, nafihliza ubuso babampofu na?” kusho iNkosi uSimakade Wamabandla.


“Manje ngisasalelwe yini lapha,” kusho uSimakade, “njengoba abantu bami bethunjiwe ngaphandle kwesizathu na? Ababusi babo babanga umsindo,” kusho uSimakade, “negama lami lihlanjalazwa usuku lonke.


“Kepha amehlo akho nenhliziyo yakho kusenzuzweni engalungile kuphela, ekuchitheni igazi elingenacala, ekucindezeleni, nasekwenzeni ubudlova.”


“Noma ningathokoza, niqhoshe, nina baphangi befa lami; noma ningagxumagxuma njengesithokazi otshanini obuluhlaza, nikhalise okwamahhashi anamandla;


UNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele ungidlile wangiqeda; ungenze isitsha esingenalutho, wangigwinya njengodrago; ugcwalisile isisu sakhe ngokumnandi kwami, wangiphalaza.


lapho icala lomangalelwe lihlanekezelwa, ngabe iNkosi ayikuboni lokho na?


Babaphatha ngendlakadla oyise nonina kuwe, abafokazi abagogobele kuwe babacindezela, kwathi izintandane nabafokazi abakuwe baphathwa kabi.


Ngiyakubanika igunya ofakazi bami ababili ukuba baphrofethe izinsuku eziyi-1 260, bembathiswe indwangu eyisaka.”


Ngase ngibona owesifazane edakwe yigazi labangcwele negazi lofakazi bakaJesu. Ngamangala ngokumangala okukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ