Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 91:12 - IsiZulu 2020

12 Ziyokuphakamisa ngezandla zazo, unyawo lwakho aluyukuqhuzulwa yitshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ziyakukuthwala ngezandla, ungaqhuzuki ngonyawo lwakho etsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kumelwe bakuthwale ngezandla zabo, funa uqhuzuke unyawo lwakho etsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 91:12
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba unesivumelwano namatshe asendle, izilo zasendle zihlalisana ngokuthula nawe.


Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.


Khona uyohamba endleleni yakho uphephile, unyawo lwakho lungaqhuzuki.


“Ngilalele, wena ndlu kaJakobe, yonke insali yabendlu ka-Israyeli engayimitha ngaze ngayizala, ngayithwala esibelethweni.


kuzo zonke izinhlupheko zabo. Ingelosi yobukhona bakhe yabasindisa. Wabahlenga ngenxa yothando lwakhe, nesihawu sakhe; wabetshatha, wabathwala zonke izinsuku zasemandulo.


wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Uyakuyala izingelosi zakhe ngawe, zikuthwale ngezandla, funa unyawo lwakho luqhuzuke etsheni.’ ”


“ ‘Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulinde,’ “nokuthi: “ ‘Ziyakukuthwala ngezandla, ungaze waqhuzuka etsheni ngonyawo lwakho.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ