Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 90:7 - IsiZulu 2020

7 Ngokuba siqedwa yintukuthelo yakho, ulaka lwakho luyasithuthumelisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngokuba siyaqedwa yintukuthelo yakho, nangolaka lwakho siyabhubha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngoba siyaqedwa ngentukuthelo yakho, langentukuthelo yakho siyesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 90:7
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umuntu uyamjezisa ngenxa yesono sakhe, lokho okuligugu kuye, ukudla njengobuvunya, kuphele nya, wonke umuntu ungumoya nje. Sela


Ziqede nya, ngolaka, uzishabalalise ziphele nya, mazazi ukuthi nguNkulunkulu obusa kwaJakobe, kuze kube semikhawulweni yomhlaba. Sela


Ngakho-ke izinsuku zabo waziqeda njengomoya, neminyaka yabo, ngokwesaba.


Ngubani owazi amandla entukuthelo yakho nolaka lwakho olunjengokwesabeka kwakho na?


Ngokuba izinsuku zethu zidlula phansi kwentukuthelo, iminyaka yethu iphela ngokuphazima kweso.


Entathakusa uSimakade esensikeni yomlilo nasefini, wabheka phansi emshungwini wempi yabaseGibhithe, wayenza yadideka impi.


Udabula umhlaba ngentukuthelo, ugxobagxobe izizwe ngolaka.


Ngobani-ke ayebathukuthelele iminyaka engama-40 na? Kwakungesibo yini labo abonayo, abazidumbu zabo zadindiliza ehlane na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ