Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 78:14 - IsiZulu 2020

14 Emini wabahola ngefu, ubusuku bonke, ngokukhanya komlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wabahola ngefu emini, nobusuku bonke ngokukhanya komlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wabahola ngefu emini, nangokukhanya komlilo ubusuku bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 78:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emini wawubahola ngensika yefu, ebusuku ngensika yomlilo eyayibakhanyisela endleleni ababehamba kuyo.”


“Nokho awubalahlanga ehlane, ngenxa yobubele bakho obukhulu. Emini insika yefu ayiyekanga ukubahola endleleni yabo, nasebusuku insika yomlilo yaqhubeka yabakhanyisela endleleni yabo.


Wendlala ifu lokubasibekela, nomlilo wokubakhanyisela ebusuku.


Entathakusa uSimakade esensikeni yomlilo nasefini, wabheka phansi emshungwini wempi yabaseGibhithe, wayenza yadideka impi.


Kwakuhlala kunjalo, ifu lalilisibekela, kubonakale umlilo ebusuku.


Lokho akwenza kini ehlane naze nafika kule ndawo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ