Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 78:1 - IsiZulu 2020

1 Bantu bami, yizwani umthetho wami, nibeke izindlebe zenu emazwini omlomo wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Zwanini, bantu bami, umthetho wami, nibeke izindlebe zenu emazwini omlomo wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 IMaskili lika-Asafa. Lalelani, bantu bami, umthetho wami; beka izindlebe zakho emazwini omlomo wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 78:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu uMninimandla wonke, uSimakade uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga lize liyoshona.


“Lalelani, bantu bami, ngizokhuluma, Israyeli, ngizomelana nani. NginguNkulunkulu, uNkulunkulu wakho.


Ngonile kuwe, kuwe wedwa, ngenza okubi emehlweni akho. Wena ulungile nxa wehlulela, futhi kucacile ukwehlulela kwakho.


Nkulunkulu, usilahleleni kwaze kwaba phakade na? Izimvu zedlelo lakho uzithunqiselelani ngentuthu yolaka lwakho na?


Beka indlebe yakho, uzwe amazwi ezihlakaniphi, usigcine enhliziyweni yakho isifundiso sami,


“Ngizweni bantu bami, nibeke indlebe kimi, sizwe sami, ngokuba kuyakuphuma umthetho kimi, nobulungiswa bami bube ngukukhanya ezizweni.


Bekani izindlebe, nizwe, nize kimi, uyophila umphefumulo wenu; ngiyokwenza nani isivumelwano esiphakade, izenzo zomusa oqinisekileyo zikaDavide.


“Lalelani makhosi, bekani indlebe zikhulu, ngizakumhubela uSimakade ngizakuhlabelela kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ