Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 75:4 - IsiZulu 2020

4 Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaziphakamisi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaphakamisi uphondo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngathi kwabayiziwula: Ningabi-yiziwula nakwababi: Ningaluphakamisi uphondo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 75:4
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Useluphakamisile udumo lwabantu bakhe, ngalokho-ke abethembekileyo bakhe bayamdumisa, abantu bakwa-Israyeli; abantu abaseduze naye. Haleluya!


Kepha abalungileyo mabajabule, bethabe phambi kukaNkulunkulu, bathokoze nokuthokoza.


ngokuba Wena uyinkazimulo yamandla abo, udumo lwethu luyophakama ngomusa wakho.


Qaphelani nina zithutha eziphakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuqonda nini na?


Izintaba zincibilikisa okwengcina phambi kukaSimakade, phambi kweNkosi yawo wonke umhlaba.


“Kuyoze kube nini ziwula ndini nithanda ubuwula, nani zedeleli, nithokoziswa ngukweyisa, nani ziwula nizonda ulwazi na?


Nina eningenalwazi qondani ukuhlakanipha; nani ziwula, yibani nenhliziyo eqondayo.


Shiyani izinto zobuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.


Ngabuza ngathi: “Laba bazokwenzani na?” Waphendula wathi: “Lezi yizimpondo ezahlakaza uJuda kangangoba akukho muntu ophakamisa ikhanda lakhe. Kepha laba bakhandinsimbi bensimbi bazobathuthumelisa, balahle phansi izimpondo zabezizwe ezaphakamisa uphondo zamelana nezwe lakwaJuda ukuba lihlakazwe.”


Uyamvusa ompofu othulini, uyayiphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izisekelo zomhlaba zingezikaSimakade; ubekile izwe phezu kwazo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ