Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 73:22 - IsiZulu 2020

22 ngaba yisiphukuphuku, angaze ngazi lutho, ngaba yisilwane kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 ngaba yisiphukuphuku, angaqonda lutho; ngaba yisilwane kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngangiyisiwula futhi ngingenalwazi: Nganginjengesilwane phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 73:22
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kungani sithathwa njengezilwane, siyizithutha yini emehlweni akho na?


Ungafani nehhashi nomnyuzi okungenakuqonda, okukhalinywa ngetomu nomkhala ukuze kuhambe kuqonde, kungenjalo akuyukuwulalela umthetho wakho.


Qha, uyabona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa, nokuthi isiwula nesiphukuphuku siyabhubha; umcebo wabo bawushiyele abanye.


Nkulunkulu, Wena uyabazi ubuwula bami, nezono zami azifihlakele kuwe.


Umuntu oyisiwula akanalwazi, nesiphukuphuku asikuqondi lokhu.


Ngisho izikhohlakali zingahluma njengotshani, nabo bonke abenza okubi baqhakaze, bayobhubha ingunaphakade.


“Impela ngiyisiwula kunabanye abantu; anginakho ukuqonda komuntu.


Ngathi enhliziyweni yami: “Maqondana nabantu, uNkulunkulu uyabavivinya ukuze bazibonele ukuthi banjengezilwane.


Inkabi iyamazi umniniyo, nembongolo umkhombe lapho umniniyo eyiphakela khona, kodwa u-Israyeli akazi, abantu bami kabaqondi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ