Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 68:30 - IsiZulu 2020

30 Zikhuze izilwane ezihlala emhlangeni, imihlambi yezinkunzi namankonyane ezizwe, ukuze beze bakukhothamele bonke, bethule kuwe izinhlamvu zesiliva, uhlakaze izizwe ezithokozela ukulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Zikhuze izilwane zasemhlangeni, umhlambi wezinkunzi kanye namankonyane abantu, azithobise phansi ngezinqamu zesiliva; uyazihlakaza izizwe ezithanda ukulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Niyakujezisa uquqaba lwabakhandi, ubuningi bezinkunzi, namathole abantu, kuze kube yilowo nalowo azithobe enezinhlamvu zesiliva; zihlakaze abantu abathanda ukulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 68:30
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngaphandle kwalelo elalifika nabahwebi nabathengisi, nawo wonke amakhosi ase-Arabhiya, nababusi bezwe ababeletha igolide nesiliva kuSolomoni.


Yileyo naleyo yayimlethela isipho: izitsha zesiliva, izitsha zegolide, izingubo, izikhali, amakha, amahhashi neminyuzi, ekwenza lokhu iminyaka ngeminyaka.


Ulala phansi kwezihlahla ezinomthunzi, ezindaweni ezisithekile, emhlangeni nasemaxhaphozini.


Mina ngingowokuthula, kodwa uma ngikhuluma, bayalwa.


Banele ukungizwa nje, bangilalela; abantwana babafokazi bayathoba phansi kwami.


Yangeni indodana, funa ithukuthele, bese nibhubha endleleni, ngokuba ulaka lwayo luvutha masinyane. Kepha babusisiwe bonke abaphephela kuyo.


Amakhosi aseTharishishi nawaseziqhingini ayakuletha izipho. Amakhosi aseShebha naseSebha ayoletha izipho.


URahabi umchoboze wanjengobuleweyo, ngengalo yakho enamandla, wahlakaza izitha zakho.


Izinyathi ziyokuwa kanye nabo, kuwe amavukana nezinkunzi ezinamandla. Izwe labo liyogcwala igazi, nothuli lwakhona lucifike amafutha.


“Noma ningathokoza, niqhoshe, nina baphangi befa lami; noma ningagxumagxuma njengesithokazi otshanini obuluhlaza, nikhalise okwamahhashi anamandla;


ukhulume uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “ ‘ “Bheka, ngimelene nawe Faro, nkosi yaseGibhithe, silwanekazi sasolwandle, obuthisa emifuleni yakho, uthi: “ ‘ “Umfula ungowami, ngiwenze mina.”


Kuyakuza izindimbane zabantu nezizwe ezinamandla zizofuna uSimakade Wamabandla eJerusalema, zinxuse ebusweni bakhe.”


nokho ngiyawuthanda umthetho kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi.


Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Akuveli yini ezinkanukweni zenu ezilwayo ezithweni zenu na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ