Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 66:1 - IsiZulu 2020

1 Mhlaba wonke, hubelani uNkulunkulu ngentokozo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Mhubeleni ngenjabulo uNkulunkulu, mhlaba wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, Ihubo noma ihubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 66:1
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wonke u-Israyeli wawukhuphula kanjalo-ke umphongolo wesivumelwano sikaSimakade; ngokukhamuluka nangomsindo womtshingo, amacilongo, amasimbali, ebetha izingubhu namahabhu.


Hlokoma kuSimakade ngezwi lokuhalalisa, mhlaba wonke.


Konke okuphefumulayo makudumise uSimakade. Haleluya!


yona ekhwela phezu kwamazulu aphezulu asendulo, iyezwakalisa izwi layo, izwi elinamandla.


Halalisani kuNkulunkulu ongamandla ethu, nimemeze ngenjabulo kuNkulunkulu kaJakobe.


Hlabelelani uSimakade ihubo elisha, nimhlabelele uSimakade, mhlaba wonke.


Hlokomelani uSimakade mhlaba wonke, qhumukani, nihlabelele ngenjabulo, nihube amahubo.


Emikhawulweni yomhlaba sizwa amahubo okudumisa, athi: “Udumo malube koLungileyo!” Kodwa mina ngithi: “Maye, kimina, ngokuba ngiyafa, ngiyafa!” Ngokuba abakhohlisi bakhohlisile, abakhohlisi bakhohlisile kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ