Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 61:1 - IsiZulu 2020

1 Nkulunkulu, yizwa ukukhala kwami, ubeke indlebe emkhulekweni wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Yizwa, Nkulunkulu, ukukhala kwami, ulalele umkhuleko wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela ngeNegina. Ihubo likaDavide. Yizwa, Nkulunkulu, ukukhala kwami; lalela umkhuleko wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 61:1
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nkosi, yizwa izwi lami; izindlebe zakho mazilalele izwi lokunxusa kwami.


Ake ulalele udaba lwami, Simakade, ulalele ukukhala kwami, ubeke indlebe yakho emkhulekweni wami ophuma emlonyeni ongenankohliso.


Yizwa izwi lokunxusa kwami, njengoba ngikhala kuwe, ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.


Ngiphendule lapho ngikhala, Nkulunkulu ongukulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


Nkulunkulu, ngisindise ngegama lakho, ngamandla akho ungehlulele.


Simakade, ungangithethisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.


Yizwa izwi lami, Nkulunkulu, ekukhaleni kwami, ulondoloze impilo yami ezinsongweni zesitha.


Simakade, lalela umkhuleko wami, uzwe izwi lokunxusa kwami.


Ningakhathazeki ngalutho, kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngomkhuleko, ngokunxusa nangokubonga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ