Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 46:11 - IsiZulu 2020

11 USimakade Wamabandla unathi, uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyisiphephelo sethu. Sela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 46:11
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umuntu kaNkulunkulu wayesesondela enkosini yakwa-Israyeli, wathi kuyo: “Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Ngenxa yokuba ama-Aramu athe uSimakade unguNkulunkulu wezintaba, akasiye uNkulunkulu wezigodi, ngizosinikela sonke lesi sixuku esikhulu esandleni sakho, ukuze nazi ukuthi nginguSimakade.’ ”


wathi: “Simakade, Nkulunkulu wokhokho bethu, kanti Wena awusiye yini uNkulunkulu ezulwini, nombusi wemibuso yonke yezizwe na? Esandleni sakho kukhona amandla negunya, akekho ongamelana nawe.


Wakhuleka kuye, wamncenga; wakuzwa ukunxusa kwakhe, wambuyisela futhi eJerusalema embusweni wakhe. UManase wayesazi ukuthi uSimakade nguye onguNkulunkulu.


UNkulunkulu uyisiphephelo sethu namandla ethu, ufunyaniswa elusizo impela ekuhluphekeni.


USimakade Wamabandla unathi, uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela


UNkulunkulu uyaziwa ezigodlweni ukuthi uyinqaba.


Amehlo omuntu oziphakamisayo azakuthotshiswa, nokuzidla kwabantu kufojiswe; nguSimakade kuphela oyophakama ngalolo lusuku.


Ukuzidla kwabantu kuyothotshiswa, nokuzikhukhumeza kwabantu kuyofojiswa; nguSimakade kuphela oyophakanyiswa ngalolo lusuku.


Simakade, mandla ami nenqaba yami, siphephelo sami ngosuku lokuhlupheka, bayakuza kuwe abezizwe, bevela emajukujukwini omhlaba, bathi: “Obaba badla ifa elingamanga kuphela, okuyize, okungenanzuzo.


UNkulunkulu wasemandulo uyisiphephelo nangaphansi zikhona izingalo ezingunaphakade; wazixosha izitha phambi kwakho wathi: ‘Bhubhisa.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ