Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 38:20 - IsiZulu 2020

20 abaphindisela okuhle ngokubi, bengethwesa icala, ngokuba mina ngenza okulungileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abaphindisela okubi ngokuhle bamelene nami, ngokuba ngilandela okulungileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Abaphindisela okubi ngokuhle bayizitha zami; ngoba mina ngilandela into enhle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 38:20
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umphefumulo wami ukhulule ejele, ukuze ngibonge iGama lakho. Abalungileyo bayongizungeza, ngoba uzongiphatha kahle.


Bheka ukuthi ziningi kangakanani izitha zami, nokuthi zingiphethe ngendlakandla nangenzondo engakanani.


Okuhle engikwenzile bakubuyisela ngokubi, inhliziyo yami bayiswabisile.


Mazingajabuli ngami izitha zami eziphafuza amanga ngami, nalabo abangizondela ize bacife amehlo.


uma ngiphindise ngokubi kohlalisene ngokuthula nami, ngaphanga isitha sami ngaphandle kwesizathu,


Okuhle kuyaphindiselwa yini ngokubi na? Nokho bangimbele umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kobuso bakho; ngakhuluma okuhle ngabo, nokunqanda ulaka lwakho kubo.


Babusisiwe abazingelwa ngenxa yokulunga, ngokuba umbuso wezulu ungowabo.


UJesu wathi kubo: “Nginikhombisile imisebenzi eminingi emihle evela kuBaba; yiwona muphi eningikhandela wona ngamatshe na?”


Pho ngubani onganilimaza uma nishisekela ukwenza okuhle na?


kungabi njengoKhayini owaba ngowomubi, wabulala umfowabo; wambulalelani na? Ngokuba imisebenzi yakhe yayimibi, kodwa eyomfowabo ilungile.


Wayesethi uDavide: “Abantu baseKheyila bayakungikhaphela yini mina nabantu bami esandleni sikaSawule na?” Wathi uSimakade: “Bayakukukhaphela.”


UDavide namabutho akhe baya eKheyila, balwa namaFilisti, badla izinkomo zawo, bawashaya bawaqothula. Wayesezihlenga uDavide izakhamuzi zaseKheyila.


babe lugange kithi ubusuku nemini, sonke isikhathi sinabo salusa izimvu.


UDavide wayethe: “Impela konke kuyize ukuthi mina ngakuvikela konke lo muntu anakho, manje usengibonga ngokwenza into embi kanje kimi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ