AmaHubo 25:6 - IsiZulu 20206 Simakade, khumbula umusa wakho kithi, nesihawu sakho, ngokuba kukhona kwaphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Khumbula, Jehova, ububele bakho nomusa wakho, ngokuba kukhona kwaphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Cabanga, Jehova, ngobubele bakho nomusa wakho; ngoba babesemandulo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.