Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 19:2 - IsiZulu 2020

2 Usuku lwedlulisela kolunye usuku ulwazi, nobusuku butshela obunye ngalolo lwazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Usuku luyalandisa usuku inkulumo, nobusuku bushumayeza ubusuku ukwazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Usuku nosuku lukhuluma inkulumo, nobusuku bukhuluma ukwazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 19:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wathi: “Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, ozokwehlukanisa amanzi kwamanye.”


UNkulunkulu wenza umkhathi wokwehlukanisa amanzi aphansi kwawo naphezu kwawo. Kwaba njalo.


“Inqobo nje uma umhlaba usekhona, kuyotshalwa kuvunwe, kube makhaza kushise, kube yihlobo nobusika, imini nobusuku, lokhu akuyukunqamuka.”


nani zinsizwa nezintombi, nani maxhegu nabafana.


Haleluya! Dumisani uNkulunkulu endlini yakhe engcwele, nimdumise emkhathini wakhe wamandla.


Usuku lungolwakho, nobusuku bungobakho; nguWena owenza ukukhanya nelanga.


uyini umuntu ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?


Abaphilayo, abaphilayo bayakubonga njengami namuhla; oyise bayabazisa abantwana ngokuthembeka kwakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ