Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 18:49 - IsiZulu 2020

49 Ngakho-ke ngiyakumbonga phakathi kwezizwe; Simakade, ngiyakulihubela igama lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Ngalokho-ke ngizakukubonga phakathi kwabezizwe, Jehova, ngilihubele igama lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

49 Ngalokho ngiyakukubonga, Jehova, phakathi kwezizwe, ngihubele igama lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 18:49
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inhliziyo yami yethabile, Nkulunkulu, ngizohlabelela, ngihube ngakho konke okwami.


Simakade ngizokubonga phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe,


Wonke amakhosi omhlaba mawakubonge, Simakade, ngokuba ezwile amazwi omlomo wakho.


Sengathi kungavela eZiyoni, lowo oyakusindisa u-Israyeli. Mhla uSimakade ephinda ebuyisa abantu bakhe ekuthunjweni, uJakobe makajabule, u-Israyeli athokoze.


ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungaphezi. Simakade, Nkulunkulu wami, ngizokubonga kuze kube phakade.


Nkosi ngizokubonga phakathi kwabantu, ngikuhashe phakathi kwezizwe.


Sebehlabelele iculo lokubonga, baphuma, baya eNtabeni Yeminqumo.


nabezizwe bamdumise uNkulunkulu ngenxa yesihawu sakhe, njengalokhu kulotshiwe ukuthi: “Ngakho ngiyakukudumisa phakathi kwabezizwe, ngihubele igama lakho;”


Ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu onika ukuphila kukho konke, naphambi kukaKhristu uJesu owavuma ukuvuma okuhle phambi kukaPhontiyu Pilatu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ