Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 18:31 - IsiZulu 2020

31 Ngokuba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaSimakade na? Ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Ngokuba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaJehova, ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngoba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaJehova? Ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 18:31
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaSimakade, ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?


Wena Simakade uyakubagcina, umvikele kulesi sizukulwane, kuze kube phakade.


Phakathi kwabo bonke onkulunkulu, akekho onjengawe, Nkosi, akukho okunjengemisebenzi yakho.


“Wonke amazwi kaNkulunkulu ahloliwe; uyisihlangu kwabaphephela kuye.


Mina nginguSimakade, akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami; ngiyakukubhincisa noma ungazange ungazi,


Kepha indlu yakwa-Israyeli ithi: ‘Indlela yeNkosi ayilungile.’ Wena ndlu yakwa-Israyeli, izindlela zami azilungile yini na? Akusizo yini izindlela zenu ezingalungile na?


Impela idwala labo alifani neDwala lethu; nezitha zethu ziyakuvuma lokho.


“ ‘Bonani manje ukuthi Mina, yebo, Mina Nginguye, akekho unkulunkulu ngaphandle kwami; Mina ngiyabulala, ngibuye ngiphilise, ngilimaze, futhi ngipholise; akekho ongabahlenga esandleni sami.


“Akekho ongcwele njengoSimakade, akekho noyedwa ngaphandle kwakho; alikho idwala elinjengoNkulunkulu wethu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ