AmaHubo 150:5 - IsiZulu 20205 Mdumiseni ngamasimbali ancencethayo, nimdumise ngezinsimbi ezikhencezayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Mdumiseni ngamasimbali* ancencethayo, nimdumise ngezinsimbi ezikhencezayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Mdumiseni ngamasimbali akhalisayo, nimdumise ngamasimbali anomsindo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.