AmaHubo 150:3 - IsiZulu 20203 Mdumiseni ngezwi lecilongo, nimdumise ngogubhu nehabhu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Mdumiseni ngezwi lecilongo, nimdumise ngogubhu nehabhu.* အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Mdumiseni ngokukhala kwecilongo, nimdumise ngehabhu nehabhu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.