AmaHubo 145:8 - IsiZulu 20208 USimakade unobubele nobumnene, uyephuza ukuthukuthela, unomusa omkhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UJehova unesihe nobumnene; uyephuza ukuthukuthela, mkhulu ngomusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 UJehova unomusa nesihawu; wephuza ukuthukuthela, mkhulu ngesihawu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.