Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 143:4 - IsiZulu 2020

4 Umoya wami udikibele, inhliziyo yami idangele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Umoya wami uphelile kimi; inhliziyo yami igongobele phakathi kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngakho umoya wami uyaphela amandla phakathi kwami; inhliziyo yami iyabila phakathi kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 143:4
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nenza unkatho ngentandane, nithengisa ngomngani wenu.


Simakade, yizwa umkhuleko wami, ukukhala kwami makufiyinyelele kuwe.


Amanzi ngabe asesisibekele, kwadlula isikhukhula phezu komphefumulo wethu,


Lapho umphefumulo wami udangala, Wena uyayazi indlela yami, endleleni engihamba ngayo, bangithukusele ugibe.


Bheka ngakwesokunene sami, uyabona, akukho namunye onginakekelayo, angisenasiphephelo, akekho osawukhathalela umphefumulo wami.


Bheka ngakimi, ube nomusa kimi, ngokuba ngiyinhlwa, futhi ngiyahlushwa.


Nginengebhe, ngiyaqhaqhazela, ngikhungethwe wukwesaba.


Ngisemkhawulweni womhlaba, ngikhala kuwe lapho inhliziyo yami idangele. Ngiholele edwaleni eliphakemeyo kunami.


Ngikhumbula uNkulunkulu, ngibubule; ngiyazindla, umoya wami udangele. Sela


Ebusuku ngiyakhumbula ukubetha kwami ugubhu, ngizindla enhliziyweni yami, nomoya wami uyahlolisisa.


Esosizini olunzima, wakhuleka eqinisela, izithukuthuku zakhe zaze zaba njengamathonsi egazi econsela emhlabathini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ