Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 132:1 - IsiZulu 2020

1 Khumbula Simakade, ngenxa kaDavide, zonke izinhlupheko zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, mkhumbulele uDavide zonke izinhlupheko zakhe

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ingoma yeziqu. Jehova, khumbula uDavide nazo zonke izinhlupheko zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 132:1
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wamkhumbula uNowa nazo zonke izilwane ezazinaye emkhunjini, ezifuywayo nezasendle. Wayesethumela umoya wavunguza phezu komhlaba, amanzi aya ngokuya ebohla.


Ekuhluphekeni kwami ngakhala kuSimakade, wangiphendula.


Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni, usizo lwami luyakuvelaphi na?


Ngajabula lapho bethi kimi: “Masiye endlini kaSimakade.”


Ngizowaphakamisela kuwe amehlo ami, Wena ohleli ezulwini.


Uma uSimakade ebengenathi, makasho njalo manje u-Israyeli.


Abamethembayo uSimakade bafana nentaba iZiyoni engenakunyakaziswa, kepha emi phakade.


Ngesikhathi uSimakade ekhulula uZiyoni, sasifana nabaphuphayo.


Uma uSimakade engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uSimakade engawuvikeli umuzi, umlindi wawo uwuqaphelele ize.


Ubusisiwe wonke umuntu owesaba uSimakade, ohamba ngezindlela zakhe.


Bangihluphe kakhulu, kusukela ebusheni bami, makasho njalo u-Israyeli.


Simakade, inhliziyo yami ayizigabisi, namehlo ami awaziphakamisi, angingeni ezindabeni ezinkulu nasezintweni ezingehlulayo.


Bheka ukuhlupheka kwami nosizi lwami, ungithethelele zonke izono zami.


UNkulunkulu wakuzwa ukububula kwabo, wayesesikhumbula isivumelwano ayesenze no-Abhrahama, no-Isaka, noJakobe.


Uma ngikhumbula ukuhlupheka kwami nokuba ngumhambuma, kufana nenhlaba nenyongo.


Khumbula Simakade, okusehleleyo! Bheka, ubone ihlazo lethu!


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ