Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 13:1 - IsiZulu 2020

1 Simakade, kuyoze kube nini ungikhohliwe unomphela na? Kuyoze kube nini ungifihlela ubuso bakho na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Koze kube nini, Jehova, ungikhohlwa njalonjalo na? Koze kube nini usitheza ubuso bakho kimi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Koze kube nini ungikhohlwa, Jehova? njalo? koze kube nini ungifihlela ubuso bakho na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 13:1
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubufihleleni ubuso bakho, ushaye sengathi ngiyisitha sakho na?


Simakade Nkulunkulu, yima ngomumo! Bonakalisa amandla akho, ungamkhohlwa osekuhluphekeni.


Nkosi kuyoze kube nini ubukela na? Sindisa impilo yami ebudloveni babo, ukuphila kwami emabhubesini!


Ubufihlelani ubuso bakho, ukhohlwe ukuhlupheka nokucindezelwa kwethu na?


Umphefumulo wami uyesaba kakhulu, kepha Wena, Simakade, kuyoze kube nini na?


Nkulunkulu, usilahleleni kwaze kwaba phakade na? Izimvu zedlelo lakho uzithunqiselelani ngentuthu yolaka lwakho na?


Simakade, Nkulunkulu Wamabandla, kuyoze kube nini uyithukuthelele imikhuleko yabantu bakho na?


Uzohlala usithukuthelele yini na? Ulaka lwakho ulwedlulisele phezu kwezizukulwane ngezizukulwane na?


Simakade, kuyoze kube nini uzisithile, nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo na?


Sisuthise ngomusa wakho ekuseni, ukuze sithokoze, sijabule izinsuku zethu zonke.


Kodwa ububi benu bunahlukanisile noNkulunkulu, nezono zenu zibusithile ubuso bakhe kini ukuba anganizwa.


Usikhohlweleni isikhathi eside kangaka na? Usilahleleni izinsuku eziningi kangaka na?


Intukuthelo yami iyakubavuthela ngalolo lusuku, ngiyakubashiya, ngibafulathele; bayakudliwa, behlelwe yizinhlekelele nezinhlupheko eziningi, baze bathi ngalolo lusuku: ‘Lezi zinhlupheko azisehlelanga yini ngoba uNkulunkulu wethu engekho phakathi kwethu na?’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ