Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:132 - IsiZulu 2020

132 Bheka ngakimi, ube nomusa kimi njengoba wenza kwabathanda iGama lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

132 Bheka kimi, ube nomusa kimi njengokufanele abathanda igama lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

132 Bheka kimi, ube nomusa kimi, njengalokho ujwayele ukwenza kwabathanda igama lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:132
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mhlawumbe uSimakade uzolubona usizi lwami, angibuyisele okuhle ngokungithuka kwakhe namuhla.”


Ngikhumbule, Simakade, lapho wenzela abantu bakho umusa, ungihambele ngensindiso yakho,


Inceku yakho iphathe ngomusa wakho, ungifundise izimiso zakho.


Bheka ngakimi, ube nomusa kimi, ngokuba ngiyinhlwa, futhi ngiyahlushwa.


Bheka ukuhlupheka kwami nosizi lwami, ungithethelele zonke izono zami.


Simakade, Wena uyambusisa olungileyo; umhaqa ngomusa njengesihlangu.


Abantu bakholwa lapho bezwa ukuthi uSimakade uqaphelile, wabona futhi ukuhlupheka kwabo, base bekhothama, bakhuleka.


Wenza isithembiso, wathi: “Simakade Wamabandla, impela uma ubheka, uyakubona ukuhlupheka kwencekukazi yakho. Ngikhumbule, ungayikhohlwa incekukazi yakho; yiphe incekukazi yakho umntwana womfana. Ngiyomnikela kuSimakade zonke izinsuku zokuhamba kwakhe. Akuyukuthinta nsingo ekhanda lakhe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ