Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 118:29 - IsiZulu 2020

29 Bongani uSimakade, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 118:29
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Babemdumisa uSimakade, bembonga ngamaculo, becula bethi: “Ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade ku-Israyeli.” Bonke abantu bakhamuluka, bamemeza kakhulu ngentokozo, bedumisa uSimakade lapho bebona kubekwa isisekelo sendlu yakhe.


Kepha umusa kaSimakade uphezu kwabamesabayo phakade naphakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,


Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Mabathi abamesabayo uSimakade: “Yebo, umusa wakhe umi phakade.”


Ngiyakuwukhumbula umusa kaSimakade, ngimdumise uSimakade ngakho konke asenzele khona, nokuhle okuningi phezu kwendlu ka-Israyeli ayenzele khona, ngobubele bakhe nangobuningi bomusa wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ