Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 111:1 - IsiZulu 2020

1 Makadunyiswe uSimakade! Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke enhlanganweni nasebandleni labaqotho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Haleluya! Ngiyakubonga uJehova ngenhliziyo yami yonke emhlanganweni nasebandleni labaqotho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Dumisani uJehova. Ngithanda ukudumisa uJehova ngayo yonke inhliziyo yami, ebandleni labaqotho nasebandleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 111:1
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mbonge uSimakade, mphefumulo wami, konke okungaphakathi kimi makulibonge igama lakhe elingcwele.


Haleluya! Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Makabongwe uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, kusukela phakade kuze kube phakade. Abantu bonke mabathi: “Amen.” Haleluya!


Mabamphakamise ebandleni labantu, bamdumise emhlanganweni wamalunga.


Simakade ngizokubonga phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe,


USimakade ngiyombonga ngomlomo wami, ngimdumise esixukwini.


Ngiyokubonga ngenhliziyo yami yonke, ngikuhubele phambi konkulunkulu.


Haleluya! Hubelani uSimakade ihubo elisha, izibongo zakhe, emhlanganweni wabathembekileyo.


Nina enesaba uSimakade, mdumiseni! Nina nonke, bozalo lukaJakobe, mdumiseni, nani nonke, bozalo luka-Israyeli, nimesabe,


Ukudumisa kwami kuyakuvela kuwe ebandleni elikhulu, izithembiso zami ngiyozifeza phambi kwalabo abamesabayo.


Ngizokubonga ebandleni elikhulu, ngikudumise phakathi kwabantu abaningi.


Simakade, izimangaliso zakho ziyodunyiswa ngamazulu, ukwethembeka kwakho, ebandleni labangcwele.


UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emkhandlwini wabangcwele, umelwe ukuhlonishwa kakhulu yibo bonke abamzungezileyo.


Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke; ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ