Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 104:30 - IsiZulu 2020

30 Uyathumela umoya wakho, zidalwe; wenza bube busha ubuso bomhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Uyathumela umoya wakho, zidalwe; wenza bube busha ubuso bomhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Uyathuma uMoya wakho, zidalwe, wenze bube busha ubuso bomhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 104:30
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esandleni sakhe kukhona imiphefumulo yakho konke okuphilayo, kanjalo nomoya wabo bonke abaphilayo.


Ngomoya wakhe amazulu ayakhazimuliswa; isandla sakhe sabhokoda inkanyamba eshwibekayo.


UMoya kaNkulunkulu ungenzile, nokuphefumula kukaSomandla kunginika ukuphila.


Ngezwi nangomoya womlomo kaSimakade, kwadalwa amazulu namabandla wonke.


“Ngokuba bheka, ngiyakudala izulu elisha nomhlaba omusha; izinto zakuqala aziyukukhunjulwa, azinakuvuka enhliziyweni.


“Njengalokhu izulu elisha nomhlaba omusha engiyakukwenza kuyakuma phambi kwami,” kusho uSimakade, “kanjalo izizukulwane zakho negama lakho kuyakuma.


Isho kanje iNkosi uSimakade kulawa mathambo, ithi: Bhekani, ngiyakufaka umoya kini, niphile.


Ngiyakubeka imisipha phezu kwenu, ngihlumise inyama phezu kwenu, nginimboze ngesikhumba, ngifake umoya kini, niphile, niyakukwazi ukuthi nginguSimakade.’ ”


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, phrofetha kuwo umoya, phrofetha uthi kuwo: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Woza, moya uvele emimoyeni yomine, uphefumulele laba ababuleweyo, ukuze baphile.” ’ ”


Nani nanifile ngenxa yeziphambeko nezono zenu,


wasisindisa; hhayi ngemisebenzi yokulunga esayenza, kodwa ngokwesihawu sakhe, ngokugezwa kokuphindu kuzalwa, ngokuba senziwe basha ngoMoya oNgcwele,


Ohleli esihlalweni sobukhosi wayesethi: “Manje ngenza konke kube kusha.” Wathi: “Loba, ngokuba lawa mazwi athembekile, futhi aliqiniso.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ