AmaHubo 104:21 - IsiZulu 202021 Amabhongo amabhubesi agwavumele inyamazane, efuna ukudla kwawo kuNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Izingonyama ezintsha zibhongela impango, zifuna ukudla kwazo kuNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202421 Amabhongo ezingonyama abhongela impango yawo, afuna ukudla kwawo kuNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uSimakade kimi, uthi: “Njengengonyama ibhodla, nebhongo lengonyama ligwavuma phezu kwenyamazane, aliphazanyiswa wumsindo wokumemeza kwabelusi abaningi abasuke bebizwe ukumelana nalo, futhi alithikanyezwa ngumsindo wabo, kanjalo uSimakade Wamabandla uyokwehla ukuba alwe entabeni iZiyoni nasegqumeni layo.