Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 103:14 - IsiZulu 2020

14 Ngokuba uyazi ukuthi sibunjwe kanjani, uyakhumbula ukuthi siluthuli nje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngokuba uyakwazi ukubunjwa kwethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngoba yena uyasazi isimo sethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 103:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USimakade uNkulunkulu wabumba umuntu ngomhlabathi, wayesemphefumulela ngomoya wokuphila emakhaleni, umuntu waba yisidalwa esiphilayo.


Uyokujulukela ukudla oyokudla, uze ubuyele emhlabathini owathathwa kuwo, njengoba uwuthuli, uyobuyela othulini.”


Ake ukhumbule ukuthi nguwe owangibumba njengobumba, pho uyakungibuyisela othulini na?


Uzokwethusa iqabunga eliphephukayo, uxoshe inkunkuma eyomileyo na?


Awusithetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini, uyakungifuna, kepha angiyukuba bikho.”


Khumbula ukuthi isikhathi sami singakanani, nokuthi bonke abantwana babantu wabadalela ize.


uthuli lubuyele emhlabathini, njengoba lwalunjalo, umphefumulo ubuyele kuNkulunkulu owawuvele kuye.


Izinto niyazihlanekezela. Umbumbi angathathwa yini njengebumba na? Izinto ezenziweyo zingasho yini kumenzi wazo, zithi: “Akangenzanga.” Into ebunjiweyo ingasho yini kokubumbileyo, ithi: “Akazi lutho,” na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ