Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 102:6 - IsiZulu 2020

6 Ngifana nomandukulu ehlane, nginjengesikhova kwahlongasibi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngiyafana nevuba ehlane, nginjengesikhova kwahlongasibi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Nginjengevuba lasogwadule, nginjengesikhova sasogwadule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 102:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amathambo ami anamathela esikhumbeni sami nasenyameni yami, ngisinde ngokulambisa kuphela.


Njengenkonjane noma indwa ngiyatshiyoza, ngiyakhala njengejuba; amehlo ami akhathele ukubheka phezulu; Nkosi, ngicindezelwe, yiba lusizo lwami.”


intshe, inkovana, inkanu, uklebe ngezinhlobo zakhe,


Ngenxa yalokhu ngiyakukhala, ngikhihle isililo, ngihambe ngingafake zimbadada, ngihamba ze, ngiklewule njengempungushe, ngilile kube sengathi ngamazinyane entshe.


Imihlambi iyakubuthisa kulo, zonke izilwane zesizwe, isikhova nonoxhongo kuhlale ezihlokweni zezinsika zalo ebusuku. Umsindo wokukhala kwenyoni uyakuzwakala efasiteleni, imfucumfucu ibe sembundwini, ngokuba imishayo yomsederi uyakuyibeka obala.


Yamemeza ngezwi elikhulu, yathi: “Liwile, liwile iBhabhiloni elikhulu, seliphenduke indawo ehlala amadimoni, nejele layo yonke imimoya engcolileyo, nazo zonke izinyoni ezingcolileyo nezinengekayo, nazo zonke izilwane ezingcolile nezinengekayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ