Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:45 - IsiZulu 2020

45 U-Abhimelekhi walwa nomuzi lonke lolo lusuku; wawudla umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawushisa umuzi, wawufaza ngosawoti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 U-Abimeleki walwa nomuzi lonke lolo suku; wawuthatha umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawubhidliza umuzi, wahlwanyela usawoti kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

45 U-Abimeleki walwa nomuzi ngalolo suku lonke; wawuthatha umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawuchitha umuzi, wawuhlwanyela ngosawoti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:45
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Babhubhisa imizi, iziqinti zomhlaba zonke ezinhle, kwaba yilowo nalowo wajikijela itshe lakhe, zaze zagcwala. Bavimba yonke imithombo yamanzi, bagawula yonke imithi emihle, kwaze kwasala kuphela amatshe aseKhiri Hareshethi. Kepha ababephethe izindwayimane balizungeza, balibhubhisa.


lonke izwe lakhona lishiswe ngesibabule nosawoti, akunakutshalwa kulo, akukhuli lutho kulo, akumili lutho oluluhlaza, linjengokubhujiswa kweSodoma neGomora neZebhoyimi okwabhujiswa nguSimakade ngentukuthelo yakhe nangolaka lwakhe.


Ngokuba ukwehlulela akuyukuba nasihawu kulowo ongabanga nesihe; isihawu siyakunqoba phezu kokwehlulela.


Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”


Kepha amaxhaphozi alo nezimbuku zalo akuyukwenziwa kube kusha, kuyakuyekwa kunosawoti.


nezwe elivundileyo laba wugwadule lukasawoti ngenxa yobubi yababehleli kulo.


UJerobhowamu wakha iShekhemu ezintabeni kwa-Efrayimi, wahlala kulo; wedlula lapho wayokwakha nePhenuweli.


U-Abhimelekhi neviyo elalinaye baphuthuma, bama esikhaleni sesango lomuzi, ngesikhathi amaviyo amabili ephuthume ukubulala bonke ababesendle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ