AbAhluleli 9:38 - IsiZulu 202038 UZebhuli wathi kuye: “Kuphi ukuziqhayisa kwakho manje, wena obuthi: ‘Ungubani u-Abhimelekhi ukuba simkhonze, na?’ Akuwona yini lawa amabutho obuwathatha kalula, na? Phuma manje, ulwe nawo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE38 UZebule wayesethi kuye: “Uphi manje umlomo wakho ukuba uthi: ‘Ngubani u-Abimeleki ukuba simkhonze na?’ Akusibo labo bantu obadeleleyo na? Ake uphume manje, ulwe nabo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202438 Wayesethi uZebhule kuye: “Uphi manje umlomo wakho owasho ngawo ukuthi: ‘Ngubani u-Abimeleki ukuba simkhonze na?’ Akubona yini laba abantu enabadelela? phuma manje, ulwe nabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |