Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:30 - IsiZulu 2020

30 Lapho uZebhuli, umbusi womuzi, ezwa amazwi kaGali, indodana ka-Ebhedi, wathukuthela wabila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Lapha uZebule umphathi womuzi ezwa amazwi kaGali indodana ka-Ebedi, kwavutha ulaka lwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi uZebhule umbusi womuzi wezwa amazwi kaGayeli indodana kaEbedi, ulaka lwakhe lwavutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi lapho uGali, indodana ka-Ebhedi, ethuthela eShekhemi nezihlobo zakhe, izakhamuzi zaseShekhemi zethembela kuye.


Uma nje laba bantu bebephethwe yimi, bengizomsusa u-Abhimelekhi, ngithi kuye: ‘Yandisa impi yakho, uphume silwe.’ ”


Wathumela izigijimi ku-Abhimelekhi e-Aruma, wathi kuye: “Uyabona-ke, uGali indodana ka-Ebhedi nezihlobo zakhe bafike eShekhemi, bakuphehlela udweshu emzini.


U-Abhimelekhi wahlala e-Aruma, uZebhuli wamxosha uGali nezihlobo zakhe, ukuze bangaphinde bahlale eShekhemi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ