Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:21 - IsiZulu 2020

21 UJothamu wayesebaleka, waya eBheyeri, wahlala khona ngoba esaba umfowabo u-Abhimelekhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UJothamu wayesebaleka, weqa, waya eBeri, wahlala khona ngenxa ka-Abimeleki umfowabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 UJothamu wabaleka, wabaleka, waya eBeri, wahlala khona ngokwesaba u-Abimeleki umfowabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:21
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USheba wadabula ezizwaneni zonke zakwa-Israyeli, waze wayofika e-Abhela, eBhethi Mahakha, nakuwo wonke amaBheri, nakhona babuthana bamhubha.


Basuka lapho, baya eBheri; lowo ngumthombo athi ngawo uSimakade kuMose: “Qoqa abantu ukuze ngibaphe amanzi.”


nayo yonke imizana eyayizungeze le mizi kuze kuyofika eBhalathi Bheri, iRama eningizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sakwaSimeyoni ngokwemindeni yaso.


kodwa uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abhimelekhi, uqothule zonke izakhamuzi zaseShekhemi naseBhethi Milo, kuphume umlilo ezakhamuzini zaseShekhemi naseBhethi Milo ubhubhise u-Abhimelekhi.”


U-Abhimelekhi wabusa u-Israyeli iminyaka emithathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ