Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:18 - IsiZulu 2020

18 kodwa namhlanje niyivukele indlu kababa, nabulala amadodana akhe, angama-70 etsheni elilodwa, nabeka u-Abhimelekhi, indodana yowesifazane oyisigqila, ukuba abe yinkosi phezu kwezakhamuzi eShekhemi, ngoba nje eyisihlobo senu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 kepha niyivukele namuhla indlu kababa, nibulele amadodana akhe, abantu abangamashumi ayisikhombisa etsheni linye, nimbekile u-Abimeleki indodana yesigqilakazi sakhe inkosi yabaseShekemi ngokuba engumfowenu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Nivukele namuhla indlu kababa namadodana akhe, abantu abangamashumi ayisithupha neshumi, ababulala etsheni linye, nabeka u-Abimeleki, indodana yencekukazi yakhe, inkosi phezu kwabemi bakwaShekemi, ngokuba engumfowenu;)

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngenxa yothando lwami bayangizonda, mina ngisemkhulekweni njalo.


Abakhombisanga ukwethembeka endlini kaJerubhali, okunguGideyoni, ngakho konke okuhle ayekwenzele u-Israyeli.


“Ngakho-ke yonke imithi yathi ejikijolweni: ‘Woza wena, ubuse phezu kwethu.’


ngokuba ubaba wanilwela, wabeka impilo yakhe ebucayini, wanikhulula esandleni sabakwaMidiyani,


uma ngithi nenze okuhle ngokuhlonipha uJerubhali nabendlu yakhe namhlanje, ngakho-ke jabulani ngo-Abhimelekhi, naye ajabule ngani,


“Shonini kuzwa zonke izikhulu zaseShekhemi, ukuthi: ‘Yikuphi okungcono kini, ukuba nibuswe yiwo wonke amadodana kaJerubhali angama-70 noma nibuswe ngumuntu oyedwa, na?’ Khumbulani futhi ukuthi mina ngiyithambo lenu nenyama yenu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ