Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 7:7 - IsiZulu 2020

7 USimakade wayesethi kuGideyoni: “Ngalawo madoda angama-300 axhaphe amanzi, ngizokunikhulula, nginikele abakwaMidiyani esandleni sakho. Bonke abanye mababuyele emakhaya abo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wayesethi uJehova kuGideyoni: “Ngalawo madoda amakhulu amathathu axhaphayo ngizakunisindisa, ngibanikele abakwaMidiyani esandleni sakho; bonke abanye abantu mabahambe, yilowo nalowo aye endaweni yakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UJehova wayesethi kuGideyoni: “Ngala madoda angamakhulu amathathu akhothayo, ngiyakunikhulula, nginikele amaMidiyani esandleni sakho; zonke ezinye izizwe mazihambe, kube yilowo nalowo endaweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 7:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inani lalabo abawaxhaphayo, bebeke izandla emilonyeni yabo, kwakungamadoda angama-300, kepha bonke abanye baguqa phansi ngamadolo ukuba baphuze amanzi.


Abantu baphatha umphako namacilongo abo ngezandla, bonke abanye bakwa-Israyeli wababuyisela emathendeni abo, wasala nalawo madoda angama-300. Inkambu yakwaMidiyani yayingezansi kwakhe, esigodini.


UJonathani wathi odibini lwakhe: “Woza siwelele ngaphesheya, siye ebuthweni labangasokile, mhlawumbe uSimakade uzosisiza, ngokuba akukho okungamthiya ukuba asindise, kungaba ngabaningi noma ngabayingcosana.”


UDavide waphinda wabuza kuSimakade. USimakade wamphendula wathi: “Suka wehlele eKheyila, ngokuba amaFilisti ngizowanikela esandleni sakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ