AbAhluleli 6:39 - IsiZulu 202039 UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ungaluvumeli ulaka lwakho lungivuthele, ake ngikhulume futhi; ngiyakucela, ake ngilinge futhi ngoboya kube kanye; makube nguboya kuphela obomileyo, emhlabathini wonke kube khona amazolo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE39 UGideyoni wathi kuNkulunkulu: “Intukuthelo yakho mayingangivutheli, ngizakukhuluma kanye kuphela: Ake ngilinge kanye kuphela ngoboya; makube komile eboyeni bodwa, kube khona amazolo emhlabathini wonke.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202439 UGideyoni wasesithi kuNkulunkulu: Intukuthelo yakho mayingavutheli kimi, kodwa ngizakhuluma kanye kuphela; ake ngiwuvivinye, kepha manje ngoboya; manje makuwome eboyeni kuphela, kube khona amazolo emhlabathini wonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Yini eyenza kungabi bikho muntu lapho ngifika na? Kungani kungasabelanga muntu nalapho nginibiza na? Ngabe isandla sami sifinyeziwe yini ukuba singahlengi na? Noma angisenamandla okukhulula na? Ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane, izinhlanzi zayo zinuke; ngokuba engekho amanzi, ziyofa zibulawa wukoma.