AbAhluleli 6:30 - IsiZulu 202030 Abantu balowo muzi bathi kuJowashi: “Ikhiphele phandle indodana yakho, ukuze ife, ngokuba ibhidlize i-althare likaBhali, yagawula nensika engcwele ebiseduze kwalo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Base bethi abantu bomuzi kuJowashi: “Khipha indodana yakho ukuba ife, ngokuba ilibhidlizile i-altare likaBali nangokuba imgawulile u-Ashera* owayengakulo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202430 Abantu bomuzi base bethi kuJowashi: “Khipha indodana yakho ukuba ife, ngokuba walidiliza i-altare likaBali, walichitha. Laliphethe ihlathi elalinalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |