Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 5:24 - IsiZulu 2020

24 “Ungobusisiwe kwabesifazane, Jayeli mkaHebhere umKheni, ungobusisiwe kwabesifazane abahlala emathendeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Uyakubusiswa phezu kwabesifazane uJayeli umkaHebere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane basematendeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uyakubusiswa uJayeli phezu kwabesifazane, umkaHebhere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane etendeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 5:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wambusisa u-Abhrama wathi: “U-Abhrama makabusiswe nguNkulunkulu oPhezukonke, uMdali wezulu nomhlaba.


Mnike isabelo emsebenzini wezandla zakhe, mabawudumise umsebenzi wakhe emasangweni.


Seyifikile, yasondela ingelosi lapho ayekhona, yathi kuye: “E! Wena ophiwe umusa! INkosi inawe; ubusisiwe esifazaneni.”


wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ubusisiwe wena esifazaneni! Sibusisiwe nesithelo sesisu sakho!


USisera wabaleka ngezinyawo waze wayofika ethendeni likaJayeli, umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakunokuthula phakathi kukaJabhini, inkosi yaseHazori, nabendlu kaHebhere umKheni.


Wayesethi kuye: “Ngicela ungiphuzise amanzi amancane, ngokuba ngomile.” Wayesevula igabha lobisi, wamnika ukuba aphuze, wayesemmboza.


Wacela amanzi, wamnika ubisi, wamlethela izangqondo ngomcengezi ofanele amakhosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ