Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 4:17 - IsiZulu 2020

17 USisera wabaleka ngezinyawo waze wayofika ethendeni likaJayeli, umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakunokuthula phakathi kukaJabhini, inkosi yaseHazori, nabendlu kaHebhere umKheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha uSisera wabaleka ngezinyawo, wafika etendeni likaJayeli umkaHebere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHasori nendlu kaHebere umKheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 USisera wabaleka ngezinyawo waya etendeni likaJayeli umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHazori nendlu kaHebhere umKheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 4:17
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izikhulu wazithela ngendelelo, wabazulazulisa ehlane kungenandlela.


Itafula labo malibe wugibe kubo, nesihibe sezitha zabo.


Impakamo yomuntu iyomqumba phansi, kepha onomoya othobekileyo uyazuza udumo.


“Akukho ukuthula ezikhohlakalini,” kusho uNkulunkulu wami.


Onesibindi kumaqhawe uyakubaleka enqunu ngalolo lusuku,” kusho uSimakade.


UBharaki waxosha amabutho agibele ezinqoleni nahamba ngezinyawo kwaze kwaba seHaroshethi labezizwe. Yonke impi kaSisera yafa ngenkemba, akwasala namunye.


UJayeli waphuma wamhlangabeza uSisera, wathi kuye: “Phambukela ngapha, nkosi yami, phambukela ngakimi, ungesabi.” Wayesephambukela kuye ethendeni, wayesemmboza ngengubo.


“Ungobusisiwe kwabesifazane, Jayeli mkaHebhere umKheni, ungobusisiwe kwabesifazane abahlala emathendeni.


“Ezinsukwini zikaShamgari, indodana ka-Anathi, ezinsukwini zikaJayeli, abantu bayibalekela imigwaqo emikhulu, abahamba ngalezo ndlela bahamba ngezindlela ezimazombezombe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ