AbAhluleli 4:10 - IsiZulu 202010 UBharaki wababizela eKedeshi abakwaZebuloni nabakwaNafethali; amabutho ayizi-10 000 amlandela noDebhora, akhuphuka naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UBaraki wabiza oZebuloni noNafetali ukuba beze eKedeshi; kwakhuphuka abantu abayizinkulungwane eziyishumi ezinyathelweni zakhe; naye uDebora wakhuphuka naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 UBharaki wabiza oZebuloni noNafetali eKedeshi; wakhuphuka namadoda ayizinkulungwane eziyishumi ezinyaweni zakhe, noDebora wakhuphuka naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |